News

Egonyuluka ngakho konke okwenziwa uNcengwa, kukhona lapho aveza khona ngokusobala ukuthi babekade belekelelwa ngamaphoyisa.
Amaphoyisa aseGauteng asekhiphe umehlokaboni wesamba sikaR60 000 kunoma wubani ongaqhamuka nomkhondo ongaholela ekuboshweni ...
UBaloyi oyinkakha yeChiefs, uthe baningi abadlali baMakhosi akhuluma nabo yize engeke abasho ngamagama kodwa sikhona isidingo ...
“Indlela iKhabba Cup ekhula ngayo minyaka yonke iyangithusa yize ngingeke ngiyifihle injabulo yami ngokubona leli phupho lifezeka. Okwakumqoka kimina ukusondeza amathuba kubafana abebengeke babenalo.
Sekunesikhathi kukhulunywa indaba yeChiefs noFiston Mayele wePyramids FC yase-Egypt odabuka eDemocratic Republic of Congo ...
UNOZINTI weKaizer Chiefs osekuphele izinyanga eziyisikhombisa limeqa engalimele ijezi, uFiacre Ntwari waseRwanda, ulokhu ...
Unozinti weMamelodi Sundowns uRonwen Williams ufuna basebenzise ubuhlungu ababuizwe kwiChampions League ukuziveza kwiClub ...
Umdlali weMamelodi Sundowns uTashreeq Matthews unesifiso sokuthi iqembu lakhe lingazithambisi koweFifa Club World Cup e-USA.
UMNDENI womgijimi weComrades Marathon, uMoria Harding, olahleke ngeSonto watholakala ngoMsombuluko, ugxeke indlela izinto ...
Ekhuluma kwiThe Voice with Palesa, uSello (54) uthe wagcina ukubona izingane zakhe mhlazana kufihlwa uyise eMamelodi ngo-2019 ...
KUME nse ukusebenza kwangavulwa ngisho izitolo edolobheni laseNquthu izolo njengoba amalungu omphakathi abeqhamuka ezindaweni ezihlukene asuse umbhikisho wokufuna amanzi.
UQHATHWE yiToyota Fortuner asanda kuyithenga owesifazane waseCamperdown, okuvela ukuthi uqole iSouth African Social Security Agency (Sassa) ama-million.